Swazi Dlamini
Swazi Dlamini - Vulinhliziyo lyrics
Your rating:
Verse1: Is'khathi sami sonke nawe Bes'gcwele injabulo njalo Konke ebengik'dinga ngingak'swele Ngiyazi indaba yami nawe Ay'phelanga kamunandi Ngak'phula inhliziyo, ngithethelele Ngang'ngaboni ngangingazi Ukuthi uyis'busiso sami Ngak'xhaphaza, ngak'laxaza shwele... Chorus: Ngihlale ngithandaza kanje Ukuthi siyoze s'buyelane Noma isimo sil'khuni, ng'zohlala ethembeni... Ngihlale ngithandaza kanje Verse2: Seng'khulile, seng'bonile Seng'hambile, seng'fundile (Uthando ol'njengolwakho al'velele) bvs Ngiyazi ngak'cekela phansi Ngiyaz'vuma zonke izono zami Manje ngiyangqongqoza ngivulele Vula inhliziyo, vula inhliziyo yakho Vula inhliziyo... ngiyancenga nje ooh (Ngihlale ngithandaz') Chorus Bridge/Breakdown: Ngeke ngiphinde, ngeke ngilinge Ngik'lahle... ngiyak'thembisa x2 Mungangipha ithuba nje Sthandwa siyofa silahlane Ngiyasho ngingowakho njena x2 Chorus (repeat, fade)