Sabelo Mthembu
Sabelo Mthembu - Ofana Nawe lyrics
Your rating:
Ang'kaze ng'bon' ofana nawe kuwo wonke lomhlaba Ubuhle bakho abuthengwa bukhanya noma uhamba UNkulunkulu watshala kuw' imbewu waze wanisela ngamanzi acwebile Wentombazane ungadel' ubuhle obuvela phakathi Akaz' abon' ofana naw' amehlo ami, akaz' abon' ofana nawe Anginandaba nemvelaphi yakho ngish' isiqu sakho Ngithand' indel' ophath' abantu ngayo nokuzotha kwakho Khumbul' ukuthi ubuhle obuvela ngaphakathi bungaw'jika ngish' umphefumlo Wentombazane kuko konke oyiko ngithand' inhliziyo